Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 1:27 - IsiZulu 2020

27 UManase akazixoshanga izakhamuzi zaseBhethi Sheyani nemizana yalo, ezaseThahanakhi nemizana yalo, ezaseDori nemizana yalo, ezase-Ibheleyami nemizana yalo, nezaseMegido nemizana yalo, kodwa amaKhanani aqhubeka ahlala kulelo lizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 UManase akaxoshanga abaseBeti Sheyani nemizana yalo, nabaseThahanaki nemizana yalo, nabakhe eDori nemizana yalo, nabakhe eJibileyamu nemizana yalo, nabakhe eMegido nemizana yalo; amaKhanani aphumelela ukuhlala kulelo zwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

27 UManase akabanga nabo abakhileyo eBeti Sheyani, neThahanaki nezindawo zalo eziphansi, nabakhileyo eDori nezindawo zalo eziphansi, nabakhileyo e-Ibileyamu namazanyana alo, nabakhileyo eMegido nezindawo zalo eziphansi. Hhayi ukuxosha; kodwa amaKhanani ayefuna ukuhlala kulelolizwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 1:27
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

nabantwana babo, ababesele ezweni, abakwa-Israyeli abangakwazanga ukubaqeda nya, uSolomoni wabenza izisebenzi eziyizigqila kuze kube yinamuhla.


Emihleni yokubusa kukaJosiya uFaro Nekho, inkosi yaseGibhithe, yakhuphukela enkosini yase-Asiriya ngasemfuleni iYufrathe. Inkosi uJosiya yakhuphuka ukuyoyihlangabeza; kwaba ukuyibona nje, yayibulala eMegido.


U-Ahaziya, inkosi yakwaJuda, esekubonile lokho, wabaleka ngendlela eseBhethi Hagani, nokho uJehu wamhlala ezithendeni, wathi: “Mbulaleleni naye enqoleni yakhe.” Bambulala enqoleni yakhe emmangweni eGuri ongaseJibhileyamu. Wabalekela eMegido, wafela lapho.


Ningenzi isivumelwano nazo, noma nonkulunkulu bazo.


“Makaqalekiswe lowo owenza umsebenzi kaSimakade ngokunganakekeli, aqalekiswe lowo onganindi inkemba yakhe ngegazi.


nalapho uSimakade uNkulunkulu wakho ezinikela phambi kwakho ukuba uzinqobe, uyozibhubhisa uziqede nya, awuyukwenza isivumelwano nazo, ungabi namusa kuzo.


Engxenyeni yesizwana sakwaManase bathola: iThanakhi namadlelo alo, neGathi Rimoni namadlelo alo, imizi emibili.


Emveni kokufa kukaJoshuwa, abantu bakwa-Israyeli babuza kuSimakade, bathi: “Ngubani ozosihola siyokulwa namaKhanani, na?”


Kodwa abozalo lukaBhenjamini abawaxoshanga amaJebusi ayehlala eJerusalema, ngakho-ke amaJebusi asahlala eJerusalema phakathi kwabozalo lukaBhenjamini kuze kube namuhla.


Indoda yahamba yaya ezweni lamaHithi, yakha umuzi yawuqamba ngokuthi yiLuzi, usabizwa ngalelo gama kuze kube namuhla.


Kuthe u-Israyeli esenamandla, wawaphoqa amaKhanani ukuba amsebenzele, kodwa akawaxoshanga aphume aphele phakathi kwakhe.


“Amakhosi afika, alwa; alwa namakhosi aseKhanani, eThahanakhi, ngasemanzini eMegido; awatholanga mpango yesiliva.


Kodwa uSawule nabantu abambulalanga u-Agagi kanye nempahla yekhethelo; izimvu, izinkabi, amawundlu nakho konke okuhle. Konke okudelelekileyo nokondileyo bakubhubhisa.


Abeka izikhali zikaSawule endlini ka-Ashitharothi, isidumbu sakhe asibethela ogangeni eBhethi Shani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka