Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 1:26 - IsiZulu 2020

26 Indoda yahamba yaya ezweni lamaHithi, yakha umuzi yawuqamba ngokuthi yiLuzi, usabizwa ngalelo gama kuze kube namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Lowo muntu wayesengena ezweni lamaHeti, wakha umuzi, waqamba igama lawo ngokuthi iLuze okuyigama lawo kuze kube namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Lowo muntu waya ezweni lamaHeti, wakha umuzi, wawubiza ngokuthi iLusi, okuyigama lawo kuze kube namuhla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 1:26
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

INkosi yenza ukuba impi yabase-Aramu izwe umsindo wezinqola, umsindo wamahhashi, nomsindo wempi enkulu baze bakhuluma bodwa, bathi: “Uyabona, inkosi yakwa-Israyeli iqashe amakhosi amaHithi namakhosi aseGibhithe ukuba eze kithi.”


Bathenga eGibhithe inqola, bayidayisa ngamashekeli esiliva angama-600, ihhashi lilinye libiza amashekeli ayi-150. Bathengisela wonke amakhosi amaHithi namakhosi ama-Aramu ngaleyo ndlela.


Ngakho-ke yabakhombisa indlela yokungena emzini, bawubhubhisa umuzi ngenkemba, kodwa indoda nomndeni wayo wonke babadedela bahamba.


UManase akazixoshanga izakhamuzi zaseBhethi Sheyani nemizana yalo, ezaseThahanakhi nemizana yalo, ezaseDori nemizana yalo, ezase-Ibheleyami nemizana yalo, nezaseMegido nemizana yalo, kodwa amaKhanani aqhubeka ahlala kulelo lizwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka