AbAhluleli 1:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 UManase akabanga nabo abakhileyo eBeti Sheyani, neThahanaki nezindawo zalo eziphansi, nabakhileyo eDori nezindawo zalo eziphansi, nabakhileyo e-Ibileyamu namazanyana alo, nabakhileyo eMegido nezindawo zalo eziphansi. Hhayi ukuxosha; kodwa amaKhanani ayefuna ukuhlala kulelolizwe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 UManase akaxoshanga abaseBeti Sheyani nemizana yalo, nabaseThahanaki nemizana yalo, nabakhe eDori nemizana yalo, nabakhe eJibileyamu nemizana yalo, nabakhe eMegido nemizana yalo; amaKhanani aphumelela ukuhlala kulelo zwe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202027 UManase akazixoshanga izakhamuzi zaseBhethi Sheyani nemizana yalo, ezaseThahanakhi nemizana yalo, ezaseDori nemizana yalo, ezase-Ibheleyami nemizana yalo, nezaseMegido nemizana yalo, kodwa amaKhanani aqhubeka ahlala kulelo lizwe. Uka jalj uñjjattʼäta |