1 Samuweli 29:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 UDavide wayesethi ku-Akhishi: “Ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho zonke izinsuku ngisenawe kuze kube namuhla ukuba ngingehambe ngilwe nezitha zenkosi yami, inkosi, na? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho, kusukela osukwini engaba phambi kwakho ngalo kuze kube namuhla, ukuba ngingayi ukulwa nezitha zenkosi yami, inkosi, na?” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Utholeni encekwini yakho, kusukela osukwini engafika ngalo kuwe kuze kube namuhla, ukuba ngingaphumi ukuyokulwa nezitha zenkosi yami, inkosi na?” Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.