1 Samuweli 29:8 - IsiZulu 20208 UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Utholeni encekwini yakho, kusukela osukwini engafika ngalo kuwe kuze kube namuhla, ukuba ngingaphumi ukuyokulwa nezitha zenkosi yami, inkosi na?” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho, kusukela osukwini engaba phambi kwakho ngalo kuze kube namuhla, ukuba ngingayi ukulwa nezitha zenkosi yami, inkosi, na?” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 UDavide wayesethi ku-Akhishi: “Ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho zonke izinsuku ngisenawe kuze kube namuhla ukuba ngingehambe ngilwe nezitha zenkosi yami, inkosi, na? Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”