Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 29:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngakho buya khathesi, uhambe ngokuthula, hlezi uthukuthelise iziphathamandla zamaFilisti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngalokho buya, uhambe ngokuthula, ungenzi okubi emehlweni amakhosi amaFilisti.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Ngakho-ke buyela emuva, uhambe ngokuthula, ungakwenzi okubi phambi kwamakhosi amaFilisti.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 29:7
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UBileyamu wayesethi kuyo ingelosi kaJehova: “Ngonile; ngokuba bengingazi ukuthi umi endleleni ngokumelene nami; ngizobe sengibuyela kuwe manje uma ungakuthandi.


U-Eli waphendula wathi: “Hamba ngokuthula; uNkulunkulu ka-Israyeli uyakukunika ukunxusa kwakho okucelile kuye.”


U-Akhishi wayesembiza uDavide, wathi kuye: “Ngempela, kuphila kukaJehova, wena ulungile, nokuphuma kwakho nokungena kwakho nami empini kuhle emehlweni ami; ngokuba angifumananga bubi kuwe kusukela osukwini lokufika kwakho kimi kuze kube namuhla;


UDavide wayesethi ku-Akhishi: “Ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho zonke izinsuku ngisenawe kuze kube namuhla ukuba ngingehambe ngilwe nezitha zenkosi yami, inkosi, na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka