Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 20:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

Okhokho bethu behlela eGibhithe, futhi sahlala isikhathi eside eGibhithe; abaseGibithe basicunula nawobaba.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ukuthi obaba behlela eGibithe, sahlala eGibithe isikhathi eside; abaseGibithe basiphatha kabi thina nawobaba;

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

ukuthi okhokho bethu behlela eGibhithe, sahlala eGibhithe isikhathi eside; abaseGibhithe basiphatha kabi thina nokhokho bethu.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 20:15
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi ku-Abrama: “Yazi nokwazi ukuthi inzalo yakho iyakuba ngabafokazi ezweni elingesilo elayo, ibakhonze; bayakubacindezela iminyaka engamakhulu amane;


Bathatha imfuyo yabo nempahla yabo ababeyithole ezweni laseKhanani, bafika eGibhithe, uJakobe nayo yonke inzalo yakhe kanye naye.


Amadodana akhe namadodana amadodana akhe kanye naye, amadodakazi akhe namadodakazi amadodana akhe nayo yonke inzalo yakhe wayiletha kanye naye eGibhithe.


Kwathi ngosuku lwesikhombisa umntwana wafa. Izinceku zikaDavide zesaba ukumtshela ukuthi umntwana ufile, ngokuba zathi: “Bheka, umntwana esaphila sakhuluma naye, akalalelanga izwi lethu; pho, uzozihlupha kanjani, uma simtshela ukuthi umntwana ufile?


Wasesithi: Uba ubelethisa amaHebherukazi, ubabona besesendle; uma kungumfana, nimbulale; kepha uma kuyindodakazi, iyakuphila.


UFaro wayala bonke abantu bakhe, wathi: “Wonke amadodana azozalwa niwaphonse emfuleni iNayile, nawo wonke amadodakazi niwasindise ephila.


Ukuhlala kwabantwana bakwa-Israyeli ababehlala eGibithe kwakuyiminyaka engamakhulu amane namashumi amathathu.


Izinceku zabantwana bakwa-Israyeli ezazimise izikhulu zikaFaro phezu kwabo zashaywa, zathi: “Aniwuqedanga ngani umsebenzi wenu wokwenza izitini izolo nanamuhla njengakuqala na?


Sicabanga ngezinhlanzi esazidla eGibithe ngesihle; ukhukhamba, namakhabe, namalikhi, no-anyanisi, nesweli;


Kuyinto encane yini ukuthi wasikhuphula ezweni elichichima ubisi nezinyosi ukuba usibulale ehlane, uma ungazenzi ngokuphelele isikhulu phezu kwethu na?


UMose wayesethuma izithunywa enkosini yakwa-Edomi zisuka eKadeshi, zithi: ‘Usho kanje umfowenu, u-Israyeli, uthi: Wena uyakwazi konke ukuhlupheka okusehlele.


Kwathi lapho simbiza uJehova, walizwa izwi lethu, wathuma ingelosi, yasikhipha eGibithe; bheka, siseKadeshi, umuzi osekugcineni komkhawulo wakho.


UJakobe wehlela eGibithe, wafa, yena nawobaba bethu;


Yona yaphatha izihlobo zethu ngobuqili, yabaphatha kubi obaba, baze baxotsha abantwana babo, ukuze bangaphili.


AbaseGibithe basincenga ngokuthukuthela, basicindezela, basigqilaza kanzima.