2 Samuweli 12:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Kwathi ngosuku lwesikhombisa umntwana wafa. Izinceku zikaDavide zesaba ukumtshela ukuthi umntwana ufile, ngokuba zathi: “Bheka, umntwana esaphila sakhuluma naye, akalalelanga izwi lethu; pho, uzozihlupha kanjani, uma simtshela ukuthi umntwana ufile? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Kwathi ngosuku lwesikhombisa umntwana wafa. Izinceku zikaDavide zesaba ukumtshela ukuthi umntwana ufile, ngokuba zathi: “Bhekani, umntwana esezwa sakhuluma kuye, akalalelanga izwi lethu; pho, singamtshela kanjani ukuthi umntwana ufile? Angenza ingozi.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202018 Kwathi ngosuku lwesikhombisa umntwana wafa. Izinceku zikaDavide zesaba ukumtshela ukuthi umntwana ufile, ngokuba zathi: “Bhekani, ngesikhathi umntwana esaphila sakhuluma naye, kodwa akasilalelanga. Pho sizomtshela kanjani ukuthi umntwana usefile? Angase azilimaze.” Uka jalj uñjjattʼäta |