Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 1:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wasesithi: Uba ubelethisa amaHebherukazi, ubabona besesendle; uma kungumfana, nimbulale; kepha uma kuyindodakazi, iyakuphila.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 yathi: “Nxa nibelethisa amaHeberukazi, niwabona esesihlalweni sokubeletha, uma kuyindodana, anoyibulala, kepha uma kuyindodakazi, izakuphila.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 “Lapho nibelethisa abesifazane bamaHebheru sebesesigqikini sokubeletha, nibona ukuthi ngumfana, niyakumbulala, kodwa uma kuyintombazane niyiyeke iphile.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 1:16
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Waguqula izinhliziyo zabo ukuba bazonde abantu bakhe, baziphathe ngobuqili izinceku zakhe.


Inkosi yaseGibithe yakhuluma kubabelethisi bamaHeberu, igama lomunye lalinguShifra, igama lomunye lalinguPhuwa;


UFaro wayala bonke abantu bakhe, wathi: “Wonke amadodana azozalwa niwaphonse emfuleni iNayile, nawo wonke amadodakazi niwasindise ephila.


Kodwa abalimi sebeyibonile indodana bakhulumisana besithi: Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.


Yona yaphatha izihlobo zethu ngobuqili, yabaphatha kubi obaba, baze baxotsha abantwana babo, ukuze bangaphili.


Ngokukholwa uMose esezelwe wafihlwa ngabazali bakhe izinyanga ezintathu, ngokuba bambona engumntwana omuhle; futhi abawesabanga umyalo wenkosi.


Umsila wawo wadonsa okwesithathu kwezinkanyezi zezulu, waziphonsa emhlabeni;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka