UMalaki 1:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Uma u-Edomi ethi: “Sichithiwe, kepha siyakubuye sakhe izincithakalo,” usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Bayakwakha bona, kepha mina ngiyakudiliza, babizwe ngokuthi uMkhawulo Wobubi, nabantu uJehova abathukuthelelayo kuze kube phakade. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20204 Uma u-Edomi ethi: “Siphihliziwe, kepha siyakubuye sikwakhe kabusha okubhidlikile.” Kodwa usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: “Bona bayakukwakha, kodwa Mina ngiyakubhidliza. Bayakubizwa ngokuthi Yizwe Lenkohlakalo, nabantu uSimakade abathukuthelele unomphelo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20244 Lapho u-Edomi ethi: “Simpofu, kepha siyakubuya, sakhe izindawo eziyincithakalo; usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: Bayakwakha, kepha mina ngiyakudiliza; bayakubabiza ngokuthi: Umkhawulo wobubi, Abantu uJehova abathukuthelele kuze kube phakade. Uka jalj uñjjattʼäta |