Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 6:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 nomphefumulo wami uyathuthumela, kepha wena Jehova, koze kube nini na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Umphefumulo wami uyesaba kakhulu, kepha Wena, Simakade, kuyoze kube nini na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Umphefumulo wami udabukile kakhulu, kepha wena Jehova koze kube nini na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 6:3
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngichithiwe njengamanzi; onke amathambo ami enyele; inhliziyo yami injengengcina, incibilikile phakathi kwezibilini zami.


Ngibuthakathaka, ngidubekile kabi; ngiyakhala ngenxa yokugqiha kwenhliziyo yami.


Yini ukuba udangale, mphefumulo wami, uyaluze phakathi kwami, na? Methembe uNkulunkulu, ngokuba ngisezakumdumisa yena oyinsindiso yobuso bami noNkulunkulu wami.


Yini ukuba udangale, mphefumulo wami, uyaluze phakathi kwami, na? Methembe uNkulunkulu, ngokuba ngisezakumdumisa ngokusindisa kobuso bakhe.


INkosi iyakulahla kuze kube phakade na? Ayisenakuphinda ibe nomusa na?


ukuze ngilande ngalo lonke udumo lwakho, ngethabe ngokusindisa kwakho emasangweni endodakazi yaseSiyoni.


Buya, Jehova! Koze kube nini na? Hawukela izinceku zakho.


Umoya womuntu uyasekela ubuthakathaka bakhe, kepha ngubani ongathwala umoya owaphukileyo na?


Ngiphulukise, Jehova, ngiphuluke; ngisindise, ngisindiswe, ngokuba uludumo lwami.


Khona wathi kubo: “Umphefumulo wami ulusizi kakhulu kuze kube sekufeni; hlalani lapha, nilinde kanye nami.”


UNkulunkulu kayikubezwela yini abakhethiweyo bakhe abakhala kuye imini nobusuku, ababekezelele, na?


“Kalokhu umphefumulo wami ulusizi, ngizakuthini na? Baba, ngisindise kulo mzuzu. Kodwa ngenxa yalokhu ngize kulo mzuzu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka