UmShumayeli 2:8 - IsiZulu 20208 Ngaziqongelelela isiliva, negolide, nengcebo yamakhosi neyezifundazwe. Ngaqoqa abahlabeleli besilisa nabesifazane, nalokho okuthokozisa amadodana abantu, nezancinza eziningi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ngazibuthela futhi isiliva negolide, nemfuyo yamakhosi, nezifunda; ngathola abahlabeleli, abesilisa nabesifazane, nalokho athokoza ngakho amadodana abantu: isancinza, yebo, izancinza eziningi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Ngazibuthela futhi isiliva negolide, nengcebo yamakhosi nezifunda, ngaba abahlabeleli, nezintombi zezingoma, nentokozo yabantwana babantu, njengezinsimbi zomculo, nazo zonke izinhlobo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Manje uma nilungele ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, igekle, ihabhu, umqangala, ugubhu, igemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwayo, niwe phansi, nikhuleke esithombeni engisenzileyo, kuhle; kepha uma ningakhuleki, niyakuphonswa ngaso leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo; ngumuphi lowo nkulunkulu onganophula esandleni sami na?”