UmShumayeli 2:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ngazibuthela futhi isiliva negolide, nemfuyo yamakhosi, nezifunda; ngathola abahlabeleli, abesilisa nabesifazane, nalokho athokoza ngakho amadodana abantu: isancinza, yebo, izancinza eziningi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 Ngaziqongelelela isiliva, negolide, nengcebo yamakhosi neyezifundazwe. Ngaqoqa abahlabeleli besilisa nabesifazane, nalokho okuthokozisa amadodana abantu, nezancinza eziningi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Ngazibuthela futhi isiliva negolide, nengcebo yamakhosi nezifunda, ngaba abahlabeleli, nezintombi zezingoma, nentokozo yabantwana babantu, njengezinsimbi zomculo, nazo zonke izinhlobo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Manje uma nilungele ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa, niwe phansi, nikhuleke esithombeni engisenzileyo, kuhle; kepha uma ningakhuleki, niyakuphonswa ngasona leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo; ngumuphi lowo nkulunkulu oyakunikhulula ezandleni zami na?”