Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 49:2 - IsiZulu 2020

2 “Hlanganani, nilalele madodana kaJakobe, lalelani uyihlo u-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Qoqanani, nizwe, nina madodana kaJakobe, nimlalele u-Israyeli uyihlo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Buthani nilalele, madodana kaJakobe! ulalele uyihlo u-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 49:2
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Wena Rubeni uyizibulo lami, ungamandla ami, engabonakalisa ngawo ubudoda bami, uyingqongqo, unesithunzi, ingqongqo enamandla ukubedlula bonke.


Wozani bantwana, lalelani kimi, ngizonifundisa ukwesaba uSimakade.


Ngubani ofisa ukuphila, othanda izinsuku eziningi zokuthokozela okuhle na?


Lalela uyihlo owakuzalayo, ungamdeleli unyoko lapho esemdala.


Ndodana yami, ngiphe inhliziyo yakho, amehlo akho enamele izindlela zami.


Ndodana yami, lalela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami.


Ndodana yami, gcina umyalo kayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko.


Ndodana yami, gcina amazwi ami, uzilondele imiyalelo yami.


Ngakho-ke bantwana, ngizweni, nilalele amazwi aphuma emlonyeni wami.


“Ngakho-ke bantwana, ngizweni, ngokuba babusisiwe abagcina izindlela zami.


“Qoqanani nina nonke, nizwe; ngubani phakathi kwabo omemezele lezi zinto na? USimakade uyamthanda, uyoyifeza intando yakhe eBhabhele, nengalo yakhe imelane namaKhaledi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka