Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 49:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Buthani nilalele, madodana kaJakobe! ulalele uyihlo u-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Qoqanani, nizwe, nina madodana kaJakobe, nimlalele u-Israyeli uyihlo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 “Hlanganani, nilalele madodana kaJakobe, lalelani uyihlo u-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 49:2
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Rubeni, uyizibulo lami, amandla ami, nengqalo yamandla ami, ubuhle besithunzi, nobuhle bamandla.


Wozani, bantwana, ningilalele, nginifundise ukumesaba uJehova.


Ngubani lo othanda ukuphila, othanda izinsuku eziningi ukuba abone okuhle, na?


Lalela uyihlo owakuzalayo, ungamdeleli unyoko lapho esemdala.


Ndodana yami, ngiphe inhliziyo yakho, amehlo akho abone izindlela zami.


Ndodana yami, qaphela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami.


Ndodana yami, gcina umyalo kayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko.


Ndodana yami, gcina amazwi ami, ugcine imiyalo yami kuwe.


Manje, bantwana, ngilaleleni, nilalele amazwi omlomo wami.


Ngizweni, bantwana, ngokuba babusisiwe abagcina izindlela zami.


Buthani nonke nilalele; ngubani kubo owashumayela lezizinto? UJehova wamthanda; Uyokwenza okuhle eBhabhiloni, futhi ingalo yakhe iyomelana namaKaledi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka