Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 23:11 - IsiZulu 2020

11 “Qha, nkosi yami, ngicela ungizwe kahle. Ngiyakunika le nsimu, futhi ngiyakunika nomgede okuyo. Ngikunika yona phambi kwabantu bakithi, mngcwabe umkakho kuyo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “Cha, nkosi; ngilalele: ngiyakunika le nsimu, nomhume okuyo ngikunika wona; ebusweni bamadodana abantu bami ngikunika wona; mmbele lapho ofileyo wakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Cha, nkosi yami, ngilalele; isiqephu sezwe ngiyakukunika lona, nomhume okuso ngiyakukunika wona; phambi kwamadodana abantu bami ngiyakunika lona; ngcwaba ofileyo wakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 23:11
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abhrahama wayesekhothama phambi kwabantu balelo lizwe.


Konke lokho kwadluliselwa ku-Abhrahama, kwaba yimpahla yakhe phambi kwamaHithi ayelapho esangweni lomuzi.


“Silalele nkosi yami. Wena ungowasebukhosini bukaNkulunkulu phakathi kwethu. Akekho phakathi kwethu ongenqaba nendawo yokungcwaba umkakho.”


Kodwa ohloniphekileyo uceba okuhloniphekileyo, futhi umi ngezinto ezihloniphekile.


“ ‘Noma ngubani obulala umuntu, uyobulawa ngenxa yobufakazi obethulwe ngaye. Kepha akekho oyobulawa ngenxa yobufakazi bomuntu oyedwa.


“Wayesethi kwababemi lapho: ‘Mephuceni uhlamvu lwemali, nilunike onezilishumi.’


Ngobufakazi bofakazi ababili noma abathathu lowo ofanele ukufa, uyakubulawa. Kodwa ngobufakazi bomuntu oyedwa, akayukubulawa.


“Ubufakazi obuyokwethulwa ngumuntu oyedwa abunakumcindezela umuntu ngobubi, ngesono, noma nangasiphi isono one ngaso. Kodwa ngubufakazi bofakazi ababili noma abathathu obuyoyenza indaba ime iqine.


UBhowazi wenyukela esangweni, wahlala khona; uyabona-ke, kwedlula umhlengi ayekade ekhulume ngaye, wayesethi kuye: “Ake uze ngapha, mnewethu, uhlale phansi.” Waya kuye, wahlala phansi.


Bonke abantu ababelapho esangweni, namalunga, basho ngazwi linye bathi: “Singofakazi. Sengathi uSimakade angamenza lona wesifazane ozohlala endlini yakho abe njengoRaheli noLeya, bobabili abayakha indlu ka-Israyeli. Sengathi ungaba nempumelelo e-Efratha ube nodumo eBhethlehema.


Ngibone ukuthi kungcono lolu daba ngikwazise lona phambi kwalawa malunga abantu bakithi, ukuze uma ufuna ukusithenga ukwenze lokho phambi kwawo. Kodwa uma ungathandi ungitshele ukuze ngazi ngoba akekho omunye ngaphandle kwakho ongasihlenga, mina ngingomncane.” Umnewabo wathi: “Kulungile, ngizosihlenga.”


Wathi kumalunga nakubo bonke abantu ababelapho: “Namhlanje ningofakazi bokuthi ngikuthenge konke okuka-Elimelekhi nalokho okwakungokukaKhiliyoni noMahaloni obekusesandleni sikaNawomi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka