Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 23:10 - IsiZulu 2020

10 U-Efroni wayehlezi phakathi kwamanye amaHithi. U-Efroni umHithi wamphendula u-Abhrahama kuzwa wonke amaHithi ayelapho esangweni lomuzi, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 U-Efroni wayehlezi phakathi kwabantwana bakwaHeti: u-Efroni umHeti wamphendula u-Abrahama ezindlebeni zabantwana bakwaHeti phambi kwabo bonke abangena esangweni lomuzi wakhe, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 U-Efroni wahlala phakathi kwabantwana bakwaHeti; u-Efroni umHeti wamphendula u-Abrahama ezindlebeni zabantwana bakwaHeti kubo bonke abangena ngesango lomuzi wakhe, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 23:10
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Konke lokho kwadluliselwa ku-Abhrahama, kwaba yimpahla yakhe phambi kwamaHithi ayelapho esangweni lomuzi.


ukuba anginike umgede wakhe waseMakhaphela, osemngceleni wensimu yakhe. Makanginike le ndawo phambi kwenu, bese ngimkhokhela intengo yayo ephelele, ukuze ibe ngeyami yokungcwaba.”


Inceku yathatha amakameli ayishumi omniniyo, yahamba iphethe izimpahla ezinhle ezinhlobonhlobo ezivela kumnumzane. Yalibangisa e-Aramu Naharayimu, emzini okwakwakhe kuwo uNahori.


UHamori nendodana yakhe baphumela esigcawini somuzi, bakhuluma nezakhamuzi, bathi:


Zonke izakhamuzi zavumelana noHamori nendodana yakhe uShekhemu, bonke abesilisa ababakhe kuleyo ndawo basokwa.


“Lapho ngiphuma ngiya esangweni lomuzi, nalapho ngihlala esihlalweni sami esigcawini,


Uyoba ngumoya wobulungiswa kumehluleli, namandla kwabavimba impi esangweni.


UJesu wangena esikebheni, wawelela ngaphesheya, waya emzini wakubo.


Bonke abantu ababelapho esangweni, namalunga, basho ngazwi linye bathi: “Singofakazi. Sengathi uSimakade angamenza lona wesifazane ozohlala endlini yakho abe njengoRaheli noLeya, bobabili abayakha indlu ka-Israyeli. Sengathi ungaba nempumelelo e-Efratha ube nodumo eBhethlehema.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka