Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 9:6 - IsiZulu 2020

6 Ngakusasa uSimakade wakwenza lokho; yonke imfuyo yabaseGibhithe yafa, kodwa akufanga nayinye emfuyweni yabantu bakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wakwenza-ke lokho uJehova ngangomuso; yafa yonke imfuyo yaseGibithe, kepha emfuyweni yabantwana bakwa-Israyeli akwafa neyodwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 INkosi yasikwenza lokho ngangomuso, imfuyo yonke yaseGibithe yafa; kepha emfuyweni yabantwana bakwa-Israyeli akufanga neyodwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 9:6
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izinkomo zabo wazinikela esichothweni nezimvu nezimbuzi zabo, emibanini.


Walungisela intukuthelo yakhe indlela, akawuphephisanga umphefumulo wabo ekufeni, kepha wanikela ukuphila kwabo ezifweni.


“ ‘Ngokuba ngiyokwedlula eGibhithe ngalobo busuku, ngibulale wonke amazibulo eGibhithe, awabantu nawezilwane, ngibehlulele bonke onkulunkulu baseGibhithe: nginguSimakade.


Phakathi kwamabili uSimakade wabhubhisa wonke amazibulo abaseGibhithe, kusukela ezibulweni likaFaro owayehleli esihlalweni sakhe sobukhosi ngaleso sikhathi, kuya ezibulweni lesiboshwa esisejele, nawo wonke amazibulo emfuyo.


Ngalolo lusuku ngiyakulehlukanisa iGosheni lapho kuhlala khona abantu bami, akuyukuba bikho zinkumbi zezibawu khona, ukuze wazi ukuthi Mina Simakade ngikuleli lizwe.


Isichotho sashaya savithiza kulo lonke iGibhithe, konke okwakusendle kusukela kubantu, izilwane, nazo zonke izitshalo emasimini; sashaya sayiphula yonke imithi yasendle.


KuseGosheni kuphela, lapho kwakuhlala khona abakwa-Israyeli, esingehlanga khona isichotho.


Kepha uSimakade uzohlukanisa phakathi kwemfuyo yabakwa-Israyeli nemfuyo yabaseGibhithe, ukuze kungafi lutho olungolwabantu bakwa-Israyeli.” ’ ”


USimakade wanquma isikhathi wathi: “Kusasa uSimakade uzokwenza lokhu ezweni.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka