Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 9:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 INkosi yasikwenza lokho ngangomuso, imfuyo yonke yaseGibithe yafa; kepha emfuyweni yabantwana bakwa-Israyeli akufanga neyodwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wakwenza-ke lokho uJehova ngangomuso; yafa yonke imfuyo yaseGibithe, kepha emfuyweni yabantwana bakwa-Israyeli akwafa neyodwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Ngakusasa uSimakade wakwenza lokho; yonke imfuyo yabaseGibhithe yafa, kodwa akufanga nayinye emfuyweni yabantu bakwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 9:6
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wanikela izinkomo zabo esichothweni, nemihlambi yabo emibaneni eshisayo.


Wenza indlela yolaka lwakhe; Akawuyekanga umphefumulo wabo ekufeni, kepha wanikela ukuphila kwabo esibethweni;


Ngiyakudabula izwe laseGibithe ngalobu busuku, ngibulale onke amazibulo ezweni laseGibithe, abantu nezilwane; ngiyakwahlulela bonke onkulunkulu baseGibithe; nginguJehova.


Futhi kwenzeka ukuthi phakathi kwamabili iNkosi yashaya wonke amazibulo ezweni laseGibhithe, kusukela kulo izibulo likaFaro owayehlezi esihlalweni sakhe sobukhosi, kuya kwizibulo lesiboshwa esasisetilongweni; nawo onke amazibulo ezinkomo.


Ngalolo suku ngiyakunquma izwe laseGosheni abantu bami abahlala kulo, kungabikho izibawu; kuze kube sekupheleni niyakwazi ukuthi nginguJehova enkabeni yomhlaba.


Isichotho sashaya konke okwakusendle, abantu nezinkomo, ezweni lonke laseGibithe; isichotho sashaya zonke izitshalo zasendle, saphula yonke imithi yasendle.


Ezweni laseGosheni kuphela, lapho kwakukhona abantwana bakwa-Israyeli, akubangakho sichotho.


UJehova uyakwahlukanisa imfuyo yakwa-Israyeli nemfuyo yaseGibithe, akuyikufa lutho kukho konke okwabantwana bakwa-Israyeli.


INkosi yasimisa isikhathi esimisiweyo yathi: Kusasa iNkosi izakwenza lokhu elizweni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka