Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 9:5 - IsiZulu 2020

5 USimakade wanquma isikhathi wathi: “Kusasa uSimakade uzokwenza lokhu ezweni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UJehova wanquma isikhathi, wathi: “Kusasa uJehova uzakwenza lokhu ezweni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 INkosi yasimisa isikhathi esimisiweyo yathi: Kusasa iNkosi izakwenza lokhu elizweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 9:5
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Kungani ukuba izikhathi zokwehlulela zingagcinwa nguSomandla, futhi kungani labo abamaziyo bengaziboni lezo zinsuku zakhe na?


Uma wenqaba ukuvumela abantu bami ukuba bahambe, kusasa ngizothumela isikhonyane ezweni lakho.


Ngiyakuhlukanisa phakathi kwabantu bami nabakho. Lesi sibonakaliso sizokwenzeka kusasa.’ ”


Uyabona-ke, kusasa ngalesi sikhathi ngizothumela isichotho esinamandla amakhulu, esingakaze sibonwe eGibhithe selokhu laba khona kuze kube namuhla.


Kepha uSimakade uzohlukanisa phakathi kwemfuyo yabakwa-Israyeli nemfuyo yabaseGibhithe, ukuze kungafi lutho olungolwabantu bakwa-Israyeli.” ’ ”


Ngakusasa uSimakade wakwenza lokho; yonke imfuyo yabaseGibhithe yafa, kodwa akufanga nayinye emfuyweni yabantu bakwa-Israyeli.


Wathi kuKhora neviyo lakhe: “Kusasa ekuseni uSimakade uzonazisa ukuthi ngubani ongowakhe, nongcwele, bese emsondeza kuye lowo akhetha ukumsondeza.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka