Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 3:23 - IsiZulu 2020

23 Kepha lawa madoda amathathu; oShadirakhi, noMeshakhi, no-Abhedi Nego, awela phansi eboshiwe phakathi esithandweni somlilo ovuthayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kepha lawa madoda amathathu, oShadiraki, noMeshaki, no-Abedi Nego, awela phansi eboshiwe phakathi nesithando somlilo ovuthayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Lawa madoda amathathu, oShadiraki, noMeshaki, no-Abhedinego, awela eboshwe izandla phakathi kwesithando somlilo ovuthayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 3:23
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uSimakade uyamkhulula kuzo zonke.


Uma udabula emanzini, Mina ngiyokuba nawe, nemifula ayiyukukukhukhula; nalapho udabula emlilweni, awuyukusha; ilangabi aliyukukushisa.


Bambamba uJeremiya, bamphonsa emgodini kaMalikhiya, indodana yenkosi, owawusegcekeni labalindi. Bamehlisela emgodini ngezintambo uJeremiya, kwakungekho manzi, kodwa udaka kuphela. UJeremiya wabisha odakeni.


Induna yabathenwa yabaqamba amagama; uDaniyeli yamqamba ngokuthi uBhelitheshazari, uHananiya waba nguShadiraki, uMishayeli waba nguMeshakhi, no-Azariya waba ngu-Abhedi Nego.


Khona uNebukhadinezari, inkosi wethuka, wasuka ngokushesha wakhuluma kwabomkhandlu wakhe, wathi: “Angithi siphonse amadoda amathathu eboshiwe phakathi komlilo na?” Baphendula, bathi enkosini: “Uqinisile, nkosi.”


Ngokuba usizi lwethu oluncane lwesikhashana lusilungisela inkazimulo enkulu yaphakade, engenakulinganiswa.


bacima amandla omlilo, baphunyuka enkembeni, baphiwa amandla ebuthakathakeni, baba yiziqhwaga empini, baxosha izimpi zabezizwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka