UDaniyeli 3:24 - IsiZulu 202024 Khona uNebukhadinezari, inkosi wethuka, wasuka ngokushesha wakhuluma kwabomkhandlu wakhe, wathi: “Angithi siphonse amadoda amathathu eboshiwe phakathi komlilo na?” Baphendula, bathi enkosini: “Uqinisile, nkosi.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE24 Khona uNebukadinesari inkosi wethuka, wasuka wakhuluma, wathi kwabomkhandlu wakhe: “Angithi siphonse amadoda amathathu eboshiwe phakathi komlilo na?” Baphendula, bathi enkosini: “Uqinisile, nkosi.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202424 Khona-ke inkosi uNebukadinesari yamangala, yasukuma ngokushesha, yathi kubaphathi bayo: “Asiphonsanga yini amadoda amathathu eboshwe izandla emlilweni na? Baphendula, bathi enkosini: Kuyiqiniso, nkosi! Uka jalj uñjjattʼäta |
Bonke omengameli bombuso, ababusi, izikhulu, abomkhandlu, nezinduna babonisene ukuba kumiswe isimiso senkosi, kumenyezelwe isiyalezo esiqinileyo sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo kunoma yimuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingama-30, ngaphandle kwakho nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama.