IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:1 - IsiZulu 20201 Sengingenile esivandeni sami, dadewethu, makoti wami! Sengiyibuthile imure yami namakha ami, sengiwadlile amakhekheba ami noju lwami, ngaphuza iwayini lami nobisi lwami. Yidlani bangani, niphuze, niphuze neneliseke, zithandwa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Sengingenile ensimini yami, dadewethu, makoti wami; ngiyabutha imure* lami namakha ami, ngiyadla amakhekheba ami kanye nezinyosi zami, ngiyaphuza iwayini lami kanye nobisi lwami. Yidlani, bangane, niphuze, nisuthe ngothando. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20241 Ngangena ensimini yami, dadewethu, makoti wami; Ngabutha imure lami namakha ami; Ngadla amakhekheba ami nezinyosi zami; Ngaphuza iwayini lami kanye nobisi lwami; dlani, oh bangane! phuzani, yebo, phuzani kakhulu, zithandwa. Uka jalj uñjjattʼäta |