Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 5:19 - IsiZulu 2020

19 “Amakhosi afika, alwa; alwa namakhosi aseKhanani, eThahanakhi, ngasemanzini eMegido; awatholanga mpango yesiliva.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “Amakhosi afika alwa, alwa amakhosi aseKhanani eThahanaki ngasemanzini aseMegido; awathathanga nzuzo yamali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Amakhosi afika alwa, kwathi ngasemuva alwa amakhosi aseKhanani eThahanaki ngasemanzini aseMegido; abawinanga mali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 5:19
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha u-Abhrama waphendula wathi: “Ngifungile kuSimakade uNkulunkulu oPhezukonke, uMdali wezulu nomhlaba,


UKhayini wasuka phambi kukaSimakade, wahamba wayohlala eNodi, empumalanga ye-Edeni.


uBhahana, indodana ka-Ahiludi eThahanaki, eMegido, nakulo lonke iBhethi Sheyani elingaseceleni kweZarethani, ngezansi kwaseJizreyeli, kusukela eBhethi Sheyani kuze kube se-Abhela Mehola nangaphesheya kweJokimeyamu;


Emihleni yokubusa kukaJosiya uFaro Nekho, inkosi yaseGibhithe, yakhuphukela enkosini yase-Asiriya ngasemfuleni iYufrathe. Inkosi uJosiya yakhuphuka ukuyoyihlangabeza; kwaba ukuyibona nje, yayibulala eMegido.


Kepha uJosiya akaphendukanga, kunalokho wazifihla ukuze alwe naye, akawalalelanga amazwi kaNekho ayevela emlonyeni kaNkulunkulu, wahamba wayokulwa esigodini saseMegido.


Isizwe sakho usithengise ngenani eliphansi, wangathola nzuzo ngaso.


inkosi yaseThanakhi: iyodwa; inkosi yaseMegido: iyodwa;


Phakathi kwelakwa-Isakhari nakwa-Asheri uManase wabelwa iBhethi Sheyani nemizana yalo, iJibheleyami nemizana yalo, izakhamuzi zaseDori nemizana yalo, ezase-Eni Dori nemizana yalo, ezaseThahanakhi nemizana yalo, nezaseMegido nemizana yalo, elesithathu yiNafathi.


Wayesebahlanganisela endaweni ebizwa ngesiHebheru ukuthi iHarmagedoni.


Ngase ngibona isilo, amakhosi omhlaba kanye nempi yawo kubuthene ukuze balwe nalowo ohleli ehhashini nempi yakhe.


UManase akazixoshanga izakhamuzi zaseBhethi Sheyani nemizana yalo, ezaseThahanakhi nemizana yalo, ezaseDori nemizana yalo, ezase-Ibheleyami nemizana yalo, nezaseMegido nemizana yalo, kodwa amaKhanani aqhubeka ahlala kulelo lizwe.


uSisera waqoqa zonke izinqola zakhe zempi, izinqola zensimbi ezingama-900 nawo wonke amabutho ayenawo, basuka eHaroshethi labezizwe baya emfudlaneni iKhishoni.


‘Bayitholile, futhi ababelani impango, na? Intombi, yebo, izintombi ezimbili endodeni; impango yezinto ezidayiwe kuSisera, impango yezinto ezidayiwe zahlotshiswa, iziqephu ezimbili zomsebenzi oyimpango odayiwe wahlotshiswa, ongowentamo yami.’


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka