Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 5:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Amakhosi afika alwa, kwathi ngasemuva alwa amakhosi aseKhanani eThahanaki ngasemanzini aseMegido; abawinanga mali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “Amakhosi afika alwa, alwa amakhosi aseKhanani eThahanaki ngasemanzini aseMegido; awathathanga nzuzo yamali.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 “Amakhosi afika, alwa; alwa namakhosi aseKhanani, eThahanakhi, ngasemanzini eMegido; awatholanga mpango yesiliva.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 5:19
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abrama wathi enkosini yaseSodoma: “Ngaphakamisela isandla sami kuJehova, uNkulunkulu oPhezukonke, ongumnikazi wezulu nomhlaba,


Futhi uKayini wasuka ebusweni bukaJehova futhi wahamba wayohlala ezweni laseNodi, ngasempumalanga kwase-Edene.


uBahana indodana ka-Ahiludi; kuye kwakukhona iThahanaki neMegido nayo yonke iBheti-Sheyani eseSartana ngaphansi kweJizreyeli kusukela eBeti Sheyani kuze kufike e-Abela Mehola ngaphesheya kweJokimeyamu.


Ezinsukwini zakhe uFaro Nego, inkosi yaseGibithe, wenyukela enkosini yase-Asiriya ngasemfuleni u-Ewufrathe, inkosi uJosiya yakhuphuka ukulwa nayo; wambulala eMegido lapho embona.


Kodwa uJosiya kazange asuse ubuso bakhe kuye, kodwa waziguqula ukuthi alwe laye, kazange alalele amazwi kaNego aphuma emlonyeni kaNkulunkulu, ukuze alwe esigodini saseMegido.


Uthengisa ngabantu bakho mahhala, ungandisi ingcebo yakho ngentengo yabo.


inkosi yaseTahanagi, eyodwa; inkosi yaseMegido, eyodwa;


Kwa-Isakare nakwa-Asheri uManase waba neBeti Sheyani namadlelo alo, ne-Ibileyamu namadlelo alo, nabakhileyo eDori namadlelo alo, nabakhileyo e-Endori namadlelo alo, nabakhileyo eThahanaki namadlelo alo. Nabakhileyo eMegido nemizana yayo, amazwe amathathu.


Wabahlanganisela endaweni ethiwa ngesiHeberu iArmagedoni.


Ngase ngibona isilo, namakhosi omhlaba, namabutho awo, ebuthene ukuba alwe nohlezi ehhashini, nebutho lakhe.


UManase akabanga nabo abakhileyo eBeti Sheyani, neThahanaki nezindawo zalo eziphansi, nabakhileyo eDori nezindawo zalo eziphansi, nabakhileyo e-Ibileyamu namazanyana alo, nabakhileyo eMegido nezindawo zalo eziphansi. Hhayi ukuxosha; kodwa amaKhanani ayefuna ukuhlala kulelolizwe.


USisera wabutha zonke izinqola zakhe, izinqola zensimbi ezingamakhulu ayisishiyagalolunye, nabo bonke abantu ababenaye, kusukela eHarosheti labezizwe kuze kufike emfuleni iKishoni.


Abagijimanga yini? abahlukanisanga impango; kuwo wonke amadoda intombazane noma amabili; kuSisera impango yemibala yonke, impango yawo wonke amathunga, imibala ethungayo nhlangothi zombili, izintamo zabaphangayo na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka