1 Samuweli 5:2 - IsiZulu 20202 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka eceleni kukaDagoni. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka ngakuye uDagoni. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20242 Lapho amaFilisti ewuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka kuDagoni. Uka jalj uñjjattʼäta |
kepha uziphakamisile wamelana neNkosi yasezulwini. Balethe kuwe izitsha zendlu yakhe; wena, nezinduna zakho, nomkakho, nezancinza zakho naphuza iwayini ngazo. Wena ubadumisile onkulunkulu besiliva, abegolide, abethusi, abensimbi, abomuthi, nabetshe, abangaboni, abangezwa, abangazi, kodwa awumdumisanga uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho.