Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 5:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Lapho amaFilisti ewuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka kuDagoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka ngakuye uDagoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka eceleni kukaDagoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 5:2
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Azibeka izikhali zakhe endlini yawonkulunkulu bawo, amisa ikhanda lakhe ethempelini likaDagoni.


Kwathi ngangomuso lapho amaFilisti efika ukuphanga ababuleweyo, afumana uSawule namadodana akhe bewile entabeni yaseGilibowa.


UBelishasari, enambitha iwayini, wathi kulethwe izitsha zegolide nezesiliva uyise uNebukadinesari azithatha ethempelini laseJerusalema; ukuze inkosi nezikhulu zayo, nawomkayo, nezancinza zayo baphuze kulo.


Kodwa wena uziphakamisile eNkosini yezulu; aletha izitsha zendlu yakhe phambi kwakho, wena nezikhulu zakho, omkekho, nezancinza zakho naphuza ngazo iwayini; utusile onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabemithi, nabetshe, abangaboniyo, abangezwa, nabangazi; futhi uNkulunkulu okuphefumula kwakho kusesandleni sakhe, futhi owakhe zonke izindlela zakho, awumkhazimulisanga.


Khona-ke ingqondo yakhe iyoshintsha, futhi iyodlula futhi ithukuthele ngokubeka amandla akhe kunkulunkulu wayo.


Ngakho bayazihlabela bona kuphela, kuqhamuke intuthu ekuhuduleni kwabo; ngokuba isabelo sabo sinonile kanye nokudla kwabo kuchichima.


Izikhulu zamaFilisti zabuthana ukuba zenze umhlatshelo omkhulu kuDagoni unkulunkulu wazo, zijabule; ngoba bathi: Unkulunkulu wethu unikele isitha sethu uSamsoni esandleni sethu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka