Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 5:3 - IsiZulu 2020

3 Kwathi bevuka abantu base-Ashidodi ekuseni ngakusasa; bheka, uDagoni wayewele phansi emhlabathini phambi komphongolo kaSimakade. Bamthatha uDagoni, bambuyisela endaweni yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abase-Ashidodi sebevukile kusasa ekuseni, bheka, uDagoni wayewile phansi ngobuso phambi komphongolo kaJehova. Bamthatha uDagoni, bambuyisela endaweni yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kwathi sebeqedile e-Ashidodi ekuseni kakhulu, bheka, uDagoni wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova. Basebemthatha uDagoni bambuyisela endaweni yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 5:3
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bayithatha inkunzi abayinikwayo, bayilungisa. Balibiza igama likaBhali kusukela ekuseni kwaze kwaba semini, bethi: “Bhali, siphendule,” kepha akubanga khona zwi, nophendulayo wayengekho. Bagida ngase-althare ayelakhile.


Zinezandla, kepha aziphathi, zinezinyawo, kepha azihambi, azenzi msindo ngemiphimbo yazo.


Bonke abakhonza izithombe ezibaziweyo mabajabhe, labo abazigabisa ngezithombe. Bonke onkulunkulu bakhothame phambi kwakhe.


“ ‘Ngokuba ngiyokwedlula eGibhithe ngalobo busuku, ngibulale wonke amazibulo eGibhithe, awabantu nawezilwane, ngibehlulele bonke onkulunkulu baseGibhithe: nginguSimakade.


Isiphrofetho ngeGibhithe. Bheka, uSimakade ugibele efini elisheshayo, uyeza eGibhithe; onkulunkulu baseGibhithe bazothuthumela phambi kwakhe, nezinhliziyo zabaseGibhithe ziphele amandla phakathi kwabo.


Ompofu ukhetha ukhuni olungaboliyo anikele ngalo, bese efuna ingcweti yombazi ukuba imenzele isithombe esibaziweyo, esingenyakaziswe.


Umbazi uqunga umkhandi isibindi, nololonga ngesando uqunga oshaya isikhandelo isibindi, ethi konamathelisa ngomthofi: “Kuhle,” ekuqinisa ngezipikili, ukuze kunganyakaziswa.


Bamthwala ehlombe, bametshathe, bambeke endaweni yakhe ukuba ame lapho, angabe esasuka endaweni yakhe; kodwa uma umuntu ekhala kuye, akayukumphendula, akanakumsindisa osizini lwakhe.


Bonke bayiziphukuphuku neziwula. Ukuyala kwezithombe kufana nokhuni nje,


USimakade uyakwesabeka kubo, ngokuba uyakushabalalisa bonke onkulunkulu bomhlaba. Bayakukhuleka kuye, kube yilowo nalowo esendaweni yakhe, kuzo zonke iziqhingi zezizwe.


Nomoya abangcolileyo lapho bembona, babewa phansi phambi kwakhe, bamemeze, bathi: “Wena uyiNdodana kaNkulunkulu.”


Umphongolo kaSimakade wahlala ezweni lamaFilisti izinyanga eziyisikhombisa.


Niyokwenza imifanekiso yamathumba enu anihlasele nemifanekiso yamagundane enu ahlasele izwe, nimnike udumo uNkulunkulu ka-Israyeli, hleze asenze sibe lula isandla sakhe phezu kwenu, phezu konkulunkulu benu, naphezu kwezwe lakini.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka