1 Samuweli 30:22 - IsiZulu 202022 Izikhohlakali nabangenamsebenzi walutho kulabo bantu ababehambe noDavide, bathi: “Ngenxa yokuba bengahambanga nathi, asiyukubanika lutho empangweni esiyikhululile, kuphela ukuba bathathe abafazi babo nezingane zabo bahambe.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Base bethatha bonke abantu ababi nabonakeleyo kulabo ababehamba noDavide, bathi: “Njengokuba bengahambanga nathi, asiyikubanika lutho empangweni esiyikhululile, kuphela ukuba yileyo naleyo ndoda inikwe umkayo nabantwana bayo, bamuke nabo, bahambe.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202422 Base bephendula bonke abantu ababi namadoda amabi ahamba noDavide, bathi: “Ngokuba bengahambanga nathi, asiyikubanika empangweni esiyikhulule, kube yilowo nalowo umkakhe nomkakhe abantwana, ukuze babahole bahambe. Uka jalj uñjjattʼäta |