1 Samuweli 27:7 - IsiZulu 20207 UDavide wahlala unyaka nezinyanga ezine ezweni lamaFilisti. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Umumo wezinsuku zokuhlala kukaDavide ezweni lamaFilisti wawungumnyaka nezinyanga ezine. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Isikhathi sokuhlala kukaDavide ezweni lamaFilisti sasingumnyaka nezinyanga ezine. Uka jalj uñjjattʼäta |
Base bethi abakhuzi bempi yamaFilisti: “Afunani lawa maHebheru lapha na?” U-Akhishi wathi kubo abakhuzi bempi yamaFilisti: “Akusiye yini uDavide, inceku kaSawule, inkosi yakwa-Israyeli, okade enami kulezi zinsuku nakule minyaka na? Angifumananga lutho kuye selokhu ahlubuka weza kimi kuze kube namuhla.”