Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 27:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Umumo wezinsuku zokuhlala kukaDavide ezweni lamaFilisti wawungumnyaka nezinyanga ezine.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 UDavide wahlala unyaka nezinyanga ezine ezweni lamaFilisti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Isikhathi sokuhlala kukaDavide ezweni lamaFilisti sasingumnyaka nezinyanga ezine.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 27:7
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UDavide nabantu bakhe benyuka, bangenela amaGeshuri, namaGirizi, nama-Amaleki, ngokuba lawo ayakhe kulelo zwe kwasendulo ekuyiweni eShuri kuze kube sezweni laseGibithe.


Zase zithi izikhulu zamaFilisti: “Ayini lawa maHeberu na?” U-Akhishi wathi kuzo izikhulu zamaFilisti: “Akusiye uDavide inceku kaSawule inkosi yakwa-Israyeli okade enami kulezi zinsuku nakule minyaka na? Angifumananga lutho kuye selokhu ahlubuka weza kimi kuze kube namuhla.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka