1 Samuweli 27:8 - IsiZulu 20208 UDavide nabantu bakhe bakhuphuka, bayohlasela amaGeshuri, amaGirizi, nama-Amaleki, ababehlala eTheleme ngendlela eya eShuri kuya eGibhithe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UDavide nabantu bakhe benyuka, bangenela amaGeshuri, namaGirizi, nama-Amaleki, ngokuba lawo ayakhe kulelo zwe kwasendulo ekuyiweni eShuri kuze kube sezweni laseGibithe. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 UDavide nabantu bakhe benyuka, bawahlasela amaGeshuri, namaGesri, nama-Amaleki; ngoba lezo zizwe zazingabakhileyo bezwe kusukela kudala lapho ufika eShuri kuze kube sezweni laseGibhithe. Uka jalj uñjjattʼäta |
U-Akhishi wambiza uDavide, wathi kuye: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade, wena uqotho; ngikubone kukuhle emehlweni ami ukuba uphume futhi ubuye nami empini, ngokuba angifumananga bubi kuwe kusukela ngosuku owafika ngalo kimi kuze kube namuhla, kodwa amakhosi awakuboni kukuhle ukuba uhambe nathi.