1 Samuweli 22:7 - IsiZulu 20207 USawule wathi ezincekwini zakhe ezazimile: “Lalelani lapha nina bakwaBhenjamini; indodana kaJese yiyo yini ezoninika nonke amasimu nezivini, inenze nonke nibe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu na? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 USawule wathi ezincekwini zakhe ezazimi ngakuye: “Yizwani nina bakwaBenjamini; indodana kaJese iyakuninika nonke amasimu nezivini, inenze nonke nibe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 USawule wayesethi ezincekwini zakhe ezazimi ngakuye: “Lalelani, maBhenjamini! indodana kaJese iyakuninika izwe nezivini, kube yilowo nalowo kini, inibeke izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu; Uka jalj uñjjattʼäta |