1 Samuweli 22:8 - IsiZulu 20208 Nina nonke ningenzele ugobe, akwaze kwaba bikho ongiluma indlebe ukuthi indodana yami yenza isivumelwano nendodana kaJese. Akubanga bikho kini ongidabukelayo nongitshelayo ukuthi indodana yami ingivusele inceku yami ukuba ingilalele unyendle njengoba yenza namuhla.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 ngokuba ningenzele nonke ugobe, akwababikho ongitshelileyo lapho indodana yami yenza isivumelwano nendodana kaJese, akwababikho kini ongidabukelayo nongitshelayo ukuthi indodana yami ingivusele inceku yami ukuba ingiqamekele njenganamuhla.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Ngokuba nonke ningithandele ugobe, akakho ongitshela ukuthi indodana yami yenze isivumelwano nendodana kaJese; akakho phakathi kwenu ongihawukelayo noma ongitshela ukuthi indodana yami yangikhulisa. Inceku ingivukele ukuze ibuke njenganamuhla? Uka jalj uñjjattʼäta |