Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 29:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Lawa angamazwi esivumelwano uJehova ayala ngaso uMose ukuba asenze nabantwana bakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza nabo eHorebe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nanka amazwi esivumelwano uJehova amyala ngaso uMose ukuba asenze nabantwana bakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza nabo eHorebe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Nanka amazwi esivumelwano uSimakade amyala ngawo uMose ukuba asenze nabantu bakwa-Israyeli kwaMowabi ngaphandle kwaleso asenza nabo eHorebhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 29:1
24 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yema ngasetsheni lesikhumbuzo, yenza isivumelwano phambi kukaJehova sokulandela uJehova, nokugcina imiyalo yakhe, nobufakazi bakhe, nezimiso zakhe ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo, ukwenza amazwi alesi sivumelwano esimisiwe. Zilotshiwe kule ncwadi. Bonke abantu bema ngasesivumelwaneni.


Benza phakathi kwabo izibonakaliso nezimangaliso zakhe ezweni likaHamu.


Zwanini amazwi alesi sivumelwano, nikhulume kubantu bakwaJuda nakubakhileyo eJerusalema;


INkosi yasisithi kimi: Memeza wonke lamazwi emizini yakoJuda lezitaladeni zeJerusalema uthi: Zwanini amazwi alesisivumelwano, liwenze.


Kungenjengesivumelwano engasenza laboyise mhla ngibabamba ngesandla ngibakhupha elizweni leGibhithe; ukuthi basephulile isivumelwano sami, nakuba ngangingumuntu kubo,” usho uJehova.


Ngiyakubanika abantu abeqa isivumelwano sami, abangawagcinanga amazwi esivumelwano abasenza phambi kwami, lapho behlahlela ithole kabili, bedabula phakathi kwezingxenye zalo,


Lezi ziyizimiso nezahlulelo nemithetho uJehova ayenza phakathi kwakhe nabantwana bakwa-Israyeli entabeni yaseSinayi ngenkonzo kaMose.


Le yimiyalo uJehova uMose eyayala ngayo abantwana bakwa-Israyeli entabeni yaseSinayi.


Nina ningamadodana abaprofethi nawesivumelwano uNkulunkulu asenza nokhokho bethu, ethi ku-Abrahama: ‘Nangenzalo yakho imindeni yonke yomhlaba iyakubusiswa.’


Lawa angamazwi uMose awakhuluma ku-Israyeli wonke ngaphesheya kweJordani ehlane ethafeni eliphambi koLwandle LweShelf, phakathi kwePharanu neThofeli neLabani neHaseroti neDisagabi.


UJehova uyakukubuyisela eGibithe ngemikhumbi endleleni engasho ngayo kuwe ukuthi: ‘Awuyikuyibona futhi; niyothengiswa lapho ezitheni zenu, nibe yizigqila nezigqilakazi, ningathengwa muntu.


Ukuba wenze isivumelwano noJehova uNkulunkulu wakho nangesifungo sakhe uJehova uNkulunkulu wakho asenza nawe namuhla.


UMose wayesebiza wonke u-Israyeli, wathi kubo: “Nikubonile konke uJehova akwenzayo phambi kwamehlo enu ezweni laseGibhithe kuFaro nakuzo zonke izinceku zakhe nakulo lonke izwe lakhe;


UJehova uyakumahlukanisela okubi kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli njengazo zonke iziqalekiso zesivumelwano ezilotshwe kule ncwadi yomthetho.


Khona-ke abantu bayakuthi: “Ngokuba basishiya isivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wawoyise asenza nabo ekubakhiphani kwakhe ezweni laseGibithe.”


Ikakhulu ngosuku owama ngalo phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho eHorebe, lapho uJehova ethi kimi: ‘Buthela abantu kimi, ngibenze balalele amazwi ami, ukuze bafunde ukungilalela. Besabe zonke izinsuku abayakuphila ngazo emhlabeni, ukuze bafundise abantwana babo.


Futhi wamemezela kini isivumelwano sakhe aniyala ukuba nisigcwalise, okungukuthi imiyalo eyishumi; waliloba ezibhebheni ezimbili zamatshe.


Ziqapheleni ukuba ningakhohlwa isivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wenu asenza nani, nizenzele isithombe esibaziweyo noma umfanekiso wakho konke uJehova uNkulunkulu wenu akwenqabele ngakho.


Hhayi njengesivumelwano engasenza nawoyise mhla ngibabamba ngesandla ukubakhipha ezweni laseGibithe; ngokuba bengahlalanga esivumelwaneni sami, nami angibanaka,” usho uJehova.


Kuphela yesabani uJehova, nimkhonze ngeqiniso ngayo yonke inhliziyo yenu; ngoba bhekani izinto ezinkulu anenzele zona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka