Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 29:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UMose wayesebiza wonke u-Israyeli, wathi kubo: “Nikubonile konke uJehova akwenzayo phambi kwamehlo enu ezweni laseGibhithe kuFaro nakuzo zonke izinceku zakhe nakulo lonke izwe lakhe;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UMose wabiza bonke abakwa-Israyeli, wathi kubo: “Nibonile konke uJehova akwenzayo phambi kwamehlo enu ezweni laseGibithe kuFaro, nakuzo zonke izinceku zakhe, nakulo lonke izwe lakhe:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 UMose wababiza bonke abakwa-Israyeli, wathi kubo: “Nikubonile konke uSimakade akwenza eGibhithe nibuka, kuFaro nakuzo zonke izinceku zakhe, nasezweni lakhe lonke:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 29:2
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nabona engakwenzayo kwabaseGibithe, nokuthi nganithwala ngamaphiko okhozi nganiletha kimi.


OMose no-Aroni basuka kuFaro, uMose wakhuleka kuJehova ngenxa yamasele awalethela uFaro.


nibona izinto eziningi, kepha aninaki; avule izindlebe zakhe, kodwa akezwa.


UJehova uNkulunkulu wenu ohamba phambi kwenu uyakunilwela njengakho konke akwenza kini phambi kwamehlo enu eGibithe;


Kodwa amehlo enu abonile zonke izenzo zikaJehova ezinkulu azenzile.


Lawa angamazwi esivumelwano uJehova ayala ngaso uMose ukuba asenze nabantwana bakwa-Israyeli ezweni lakwaMowabi ngaphandle kwesivumelwano asenza nabo eHorebe.


izilingo ezinkulu azibonayo amehlo enu, izibonakaliso lalezozimangaliso ezinkulu;


Ngoba nguJehova uNkulunkulu wethu owasikhupha thina lobaba elizweni leGibhithe, endlini yobugqili, owenza lezozibonakaliso ezinkulu phambi kwamehlo ethu, wasilondoloza endleleni yonke esahamba ngayo langaphansi. Bonke abantu esadlula kubo;


Kuphela yesabani uJehova, nimkhonze ngeqiniso ngayo yonke inhliziyo yenu; ngoba bhekani izinto ezinkulu anenzele zona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka