UDuteronomi 26:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Angizange ngidle kukho ekulileni kwami, futhi angithathanga kukho kukho nganoma iyiphi indlela engcolile, futhi angizange nginikeze okunye kwakho kwabafileyo; kepha ngalilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wami, ngenza njengakho konke owangiyala ngakho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Angikudlanga ekulileni kwami, angisusanga lutho ngingcolile, anginikelanga ngakho kofileyo; ngilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wami, ngenzile njengakho konke ongiyale ngakho. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 Angikudlanga okweshumi ekulileni kwami, angisusanga lutho kukho ngingcolile, anginikelanga ngakho kofileyo; ngilalele izwi likaSimakade uNkulunkulu wami, ngikwenze konke njengalokhu ungiyalile. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lowo mprofethi, noma lowomphuphi wamaphupho, uyobulawa; ngoba ukhulume ukuthi akususe kuJehova uNkulunkulu wakho owakukhupha elizweni leGibhithe, wakuhlenga endlini yobugqili, ukuthi akuxotshe endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akulaya ukuthi uhambe ngayo. Ngalokho kumelwe ususe ububi phakathi kwakho.