UDuteronomi 12:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Kumelwe nilethe lapho iminikelo yenu yokushiswa nemihlatshelo yenu nokweshumi kwenu neminikelo yokuphakanyiswa evela esandleni senu, nezithembiso zenu neminikelo yenu yesihle namazibulo ezinkomo zenu nawezimvu zenu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 nilethe khona iminikelo yenu yokushiswa, nemihlatshelo yenu, nokweshumi kwenu, nomnikelo wenu wokuphakanyiswa wesandla senu, nezithembiso zenu, neminikelo yenu yesihle, namazibulo ezinkomo zenu nawezimvu zenu, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 niyiyise lapho iminikelo yenu yokushiswa, imihlatshelo yenu, okweshumi kwenu, umnikelo wenu wokuphakanyiswa wesandla senu, izithembiso zenu, iminikelo yenu yesihle, neyamazibulo ezinkomo nezimvu zenu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kodwa ukuze kube ngubufakazi phakathi kwethu lani lezizukulwaneni zethu ngemva kwethu, ukuze sifeze inkonzo kaJehova phambi kobuso bakhe ngeminikelo yethu yokutshiswa lemihlatshelo yethu langeminikelo yethu yokubonga; ukuze abantwana benu bangasho ngesikhathi kubantwana bethu ukuthi: Aninasabelo kuJehova.