Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wathi: “Impela ngiyakuhamba nawe; ngoba uJehova uzathengisa uSisera esandleni sowesifazana. UDebora waqeda, wahamba noBaraki eKedeshi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wathi kuye: “Impela ngiyakuhamba nawe, kodwa indlela oyakuhamba ngayo ayiyikuba ngeyodumo lwakho, ngokuba uJehova uyakumthengisa uSisera esandleni sowesifazane.” Wayesesuka uDebora, wahamba noBaraki, baya eKedeshi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 UDebhora wathi: “Ngizohamba nawe, kodwa-ke indlela oyithathayo manje ayizukukunika udumo, ngokuba uSimakade uyomnikela uSisera esandleni sowesifazane.” UDebhora wasukuma, wahamba noBharaki, baya eKedeshi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 4:9
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bamelana nenkosi u-Uziya, bathi kuye: “Akukhona okwakho, Uziya, ukushisela uJehova impepho, kodwa kungokwabapristi, amadodana ka-Aroni, abangcweliselwe ukushisa impepho; ngoba wenile; futhi akuyikuba yinkazimulo kaJehova uNkulunkulu.


Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli, wabanikela esandleni sabaphangi ababaphanga, wathengisa ngabo esandleni sezitha zabo nxazonke, ukuze bangabe besakwazi ukuma phambi kwezitha zabo.


UBaraki wasesithi kuye: Uba uthanda ukuhamba lami, ngizahamba; kepha uma ungahambi nami, angiyikuhamba.


Owesifazane othile waphonsa itshe lokuchola ekhanda lika-Abimeleki, lwaphuka ukhakhayi lwakhe.


Wayeseshesha wabiza udibi lwezikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale, ukuze abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Ubulewe ngowesifazane.’ Nensizwa yakhe yamphusha washona.


Ngalokho usho uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Ngishilo nokusho ukuthi indlu yakho nendlu kayihlo iyakuhamba phambi kwami kuze kube phakade; kepha Jehova muntu, makube kude nami; Ngokuba abangidumisayo ngiyakubadumisa, nabangidelelayo bayakuba-delelekile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka