Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 4:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 UBharaki wabiza oZebuloni noNafetali eKedeshi; wakhuphuka namadoda ayizinkulungwane eziyishumi ezinyaweni zakhe, noDebora wakhuphuka naye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UBaraki wabiza oZebuloni noNafetali ukuba beze eKedeshi; kwakhuphuka abantu abayizinkulungwane eziyishumi ezinyathelweni zakhe; naye uDebora wakhuphuka naye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 UBharaki wababizela eKedeshi abakwaZebuloni nabakwaNafethali; amabutho ayizi-10 000 amlandela noDebhora, akhuphuka naye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 4:10
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yakoIsrayeli yasiphendula yathi: Lishoni kuye ukuthi: Obhinca ibhanti lakhe kangazibongi njengolikhumulayo.


UNkulunkulu wakho ukuphile amandla; qinisa, Nkulunkulu, lokho osenzele khona.


Zonke lezi zinceku zakho ziyakwehla, zifike kimi, zingikhothamele, zithi: ‘Hamba wena nabantu bonke abakulandelayo, mina-ke ngiyakusuka. Wasuka kuFaro ngolaka olukhulu.


UDebora wasesithi kuBharaki: Sukuma! ngoba lolu lusuku iNkosi ezanikela ngalo uSisera esandleni sakho. UJehova akahambanga phambi kwakho na? UBharaki wehla entabeni yaseThabori namadoda ayizinkulungwane eziyishumi emva kwakhe.


Wathumela wabiza uBharaki indodana ka-Abinohama eKedeshinafetali, wathi kuye: “Akashongo yini uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ukuthi: ‘Hamba uye entabeni yaseThabori, uthathe amadoda ayizinkulungwane eziyishumi kubantwana bakwaNafetali, uhambe nawe, abanye babantwana bakwaZebuloni na?


Izikhulu zakwa-Isakare zazinoDebora; yebo, u-Isakare kanye noBharaki; wathunyelwa ngezinyawo esigodini. Ezigabeni zakwaRubeni kwakukhona imicabango emikhulu yenhliziyo.


UZebuloni noNafetali babengabantu abadela ukuphila kwabo kwaze kwaba sekufeni ezindaweni eziphakeme zezwe.


Wathuma izithunywa kuwo wonke uManase; wathuma izithunywa ko-Asheri, noZebuloni, noNafetali; bakhuphuka ukubahlangabeza.


Manje-ke, lesi sibusiso inceku yakho esilethe enkosini yami, masinikwe nezinsizwa ezilandela inkosi yami.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka