Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 24:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Arawuna wabheka, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; u-Arawuna waphuma wakhothama phambi kwenkosi ubuso bakhe bubheke phansi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 U-Arawuna walunguza, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; u-Arawuna waphuma, wakhothama phambi kwenkosi, ubuso bakhe bubheke phansi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 U-Arawuna walunguza, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; waphuma, wayikhothamela inkosi, wayesethi mbo ngobuso emhlabathini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 24:20
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Waphakamisa amehlo akhe, wabona, bheka, amadoda amathathu emi ngakuye; kwathi ewabona, wagijima ukuwahlangabeza esuka emnyango wetende, wakhothamela phansi.


Kwathi ngosuku lwesithathu kwaphuma umuntu ekamu, izingubo zikaSawule eziklebhukile, enothuli ekhanda lakhe; lapho efika kuDavide, wawa phansi, wakhuleka.


UDavide wenyuka njengezwi likaGadi, njengalokho uJehova emyalile.


U-Arawuna wasesithi: Kungani inkosi yami, inkosi, ize encekwini yayo? UDavide wathi: “Ukuzithengela isibuya, ukwakhela uJehova i-altare, ukuze inhlupheko yabantu inqanyulwe.


Wakhothama, wathi: “Iyini inceku yakho ukuba unake inja efileyo njengami na?”


Wawa ngobuso bakhe, wakhothamela emhlabathini, wathi kuye: “Ngitholeni umusa emehlweni akho ukuba ungangazi, lokhu ngingowezizwe na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka