Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 24:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 U-Arawuna wasesithi: Kungani inkosi yami, inkosi, ize encekwini yayo? UDavide wathi: “Ukuzithengela isibuya, ukwakhela uJehova i-altare, ukuze inhlupheko yabantu inqanyulwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Wathi u-Arawuna: “Kungani ukuba inkosi yami, inkosi, ifikile encekwini yayo na?” UDavide wathi: “Ukuba ngithenge kuwe isibuya, ngimakhele uJehova i-altare, ukuze lesi sifo sinqamuke kubantu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Wathi u-Arawuna: “Kungani ukuba inkosi yami, inkosi, ize encekwini yayo na?” UDavide wathi: “Ngize ukuzothenga kuwe isibuya, khona ngizokwakhela uSimakade i-althare, ukuze lolu bhubhane lunqamuke kubantu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 24:21
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bafika esibuyeni sase-Athadi esingaphesheya kweJordani, bakhala khona ngesililo esikhulu nesinzima kakhulu; wamlilela uyise izinsuku eziyisikhombisa.


UGadi wayesefika kuDavide ngalolo suku, wathi kuye: “Khuphuka, wakhele uJehova i-altare esibuyeni sika-Arawuna umJebusi.”


U-Arawuna wabheka, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; u-Arawuna waphuma wakhothama phambi kwenkosi ubuso bakhe bubheke phansi.


UJowabe wayesethi enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho uyakwenezela abantu ngokuphindwe kayikhulu, noma ngabe baningi kangakanani, namehlo enkosi yami, inkosi, akubone; kodwa inkosi yami, inkosi, ithokozelani lendaba?


UDavide wayesethi ku-Orinani: “Nginike indawo yalesi sibuya ukuba ngakhele uJehova i-altare phezu kwayo; kumelwe unginike yona ngenani eliphelele, ukuze inhlupho yabantu ivinjwe.


Khona-ke uFinehasi wasukuma wenza isahlulelo, futhi isifo saphela.


Wamlandela umuntu wakwa-Israyeli wangena etendeni, wababhoboza bobabili, indoda yakwa-Israyeli nowesifazane esiswini sakhe. Kanjalo isifo sabantwana bakwa-Israyeli sanqandwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka