2 Samuweli 23:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 U-Abishayi umfowabo kaJowabe indodana kaSeruya wayeyinhloko yabathathu. Yena waphakamisela abangamakhulu amathathu umkhonto wakhe, wababulala, waba negama phakathi kwabathathu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 U-Abishayi umfowabo kaJowabe indodana kaSeruya wayeyinhloko yabathathu. Waphakamisela abangamakhulu amathathu umkhonto wakhe, wababulala, waba negama phakathi kwalabo abathathu. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202018 U-Abhishayi, umfowabo kaJowabe, indodana kaZeruya, wayeyinhloko yalabo abangama-30. Wagwaza ngomkhonto wakhe abangama-300, wababulala, wazenzela igama phakathi kwalabo abathathu. Uka jalj uñjjattʼäta |