Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 23:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Wayengadunyiswa kakhulu kunabathathu na? ngakho-ke wayengumbusi wabo; kodwa akafinyelelanga kwabathathu bokuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Wayengengotusekayo phakathi kwamashumi amathathu na? Ngalokho waba yisikhulu sabo, kepha akafinyelelanga nokho kwabathathu bokuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 Nguye owanconywa kakhulu phakathi kwabangama-30, futhi waba yisikhulu sabo, akafinyelelanga nokho kwabathathu bokuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 23:19
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwehla abathathu kwabayizikhulu ezingamashumi amathathu, beza kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase-Adulamu;


Lawo maqhawe amathathu afohla impi yamaFilisti, akha amanzi emthonjeni waseBetlehema owawusesangweni, awathatha, awaletha kuDavide; kepha akavumanga ukuwaphuza, wawathululela kuJehova.


U-Abishayi umfowabo kaJowabe indodana kaSeruya wayeyinhloko yabathathu. Yena waphakamisela abangamakhulu amathathu umkhonto wakhe, wababulala, waba negama phakathi kwabathathu.


UBenaya, indodana kaJehoyada, indodana yendoda enesibindi, waseKabiseyeli, owenza izenzo eziningi, wabulala abantu ababili bakwaMowabi abanjengezingonyama;


Ngemva kwakhe kwakukhona u-Eleyazare indodana kaDodo umAhohi, omunye wamaqhawe amathathu ayenoDavide, lapho bephikisana namaFilisti ayelapho ukuba alwe, futhi abantu bakwa-Israyeli bahamba.


Bheka, wayetuseka phakathi kwabangamashumi amathathu, kepha akafikanga kwabathathu bokuqala; uDavide wammisa phezu kwabalindi bakhe.


Kepha ohlanyelwe emhlabathini omuhle nguye olizwayo izwi, aliqonde; ethela isithelo, enye ngekhulu, enye ngamashumi ayisithupha, enye ngamashumi amathathu.


Kepha enye yawela emhlabathini omuhle, yathela isithelo, enye ngekhulu, enye ngamashumi ayisithupha, enye ngamashumi amathathu.


Iyodwa inkazimulo yelanga, nenkazimulo yenyanga iyodwa, nenkazimulo yezinkanyezi iyodwa, ngokuba inkanyezi iyahluka kwenye inkanyezi ngobukhosi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka