Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 18:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 UDavide wahlala phansi phakathi kwamasango omabili, umlindi wakhwela ophahleni lwesango odongeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanko umuntu egijima yedwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UDavide wayehlezi emkhathini wamasango omabili; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanguya umuntu egijima eyedwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

24 UDavide wayehlezi phakathi kwamasango, elingaphakathi nelingaphandle; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni lomuzi, waphakamisa amehlo akhe, wabona umuntu egijima yedwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 18:24
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa u-Abisalomu wabaleka. Insizwa engumlindi yaphakamisa amehlo ayo, yabheka, bheka, abantu abaningi bekhuphuka ngomgwaqo ngemuva kwayo.


Kodwa noma kunjalo, wathi, ake ngigijime. Wathi kuye: “Gijima.” Khona-ke u-Ahimaäs wagijima wehla ngomgwaqo esuka ethafeni futhi wamfica uKusi.


Umlindi wamemeza watshela inkosi. Inkosi yasisithi: Lapho eyedwa, ulolizwi emlonyeni wakhe. Futhi washesha wasondela.


Inkosi yasisithi kubo: Ngizakwenza lokho elikubona kuhle. Inkosi yema esangweni, bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.


Inkosi yayisisukuma, yahlala esangweni; Babikelwa bonke abantu, bathi: “Bhekani, inkosi ihlezi esangweni.” Bonke abantu beza phambi kwenkosi, ngokuba u-Israyeli wayesebalekile, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


Lapho efika, bheka, u-Eli wayehlezi esihlalweni eceleni kwendlela, wabheka, ngokuba inhliziyo yakhe yayithuthumela ngomphongolo kaNkulunkulu. Lapho lowo muntu efika emzini, wabika, kwakhala umuzi wonke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka