Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 4:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 AmaFilisti azihlelela ukulwa no-Israyeli; babulala endle amadoda angaba yizinkulungwane ezine.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 AmaFilisti azihlela ukuhlangana no-Israyeli; impi yaqhubeka, u-Israyeli wahlulwa phambi kwamaFilisti abulala empini ngasendle kungathi abantu abayizinkulungwane ezine.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 AmaFilisti azihlela ukuze atholane phezulu no-Israyeli. Impi yabambana kwashunqa uthuli isikhathi eside. AmaFilisti amnqoba u-Israyeli, kwasala enkundleni abantu ababalelwa ezi-4 000.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 4:2
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Masiphenye, sihlole izindlela zethu, sibuyele kuJehova.


Bayowela omunye komunye njengenkemba, kungekho obaxoshayo; futhi ngeke nibe namandla okuma phambi kwezitha zenu.


Khona-ke ama-Amaleki kanye namaKhanani ayehlala kuleyo ntaba ehla, futhi bawanqoba, abadungadulisa kwaze kwaba seHorma.


Ngakho abantwana bakwa-Israyeli babengenakuma phambi kwezitha zabo, kodwa bafulathela izitha zabo, ngoba babeqalekisiwe; angisayikuba nani ngaphandle kokuthi nibhubhise okuqalekisiweyo phakathi kwenu.


U-Israyeli namaFilisti bamisa impi, impi ibhekene nempi;


Wema, wabiza amabutho akoIsrayeli, wathi kuwo: Liphumeleni ukulungisa impi yenu? Angisiye umFilisti nezinceku zikaSawule na? zikhetheleni indoda, yehle ize kimi.


Ilizwi likaSamuweli lafika kuIsrayeli wonke. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa e-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki.


Alwa ke amaFilisti, wahlulwa u-Israyeli, babaleka, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe; futhi kwaba khona ukubulala okukhulu kakhulu; ngoba kwa-Israyeli kwawa amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amathathu ayimigundatshani.


Lapho amadoda efika ekamu, amadoda amakhulu akwa-Israyeli athi: “UJehova usibulaleleni phambi kwamaFilisti na? Masihambe siyosithathela umphongolo wesivumelwano sikaJehova eShilo, ukuze usisindise esandleni sezitha zethu, uma ungena phakathi kwethu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka