Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 4:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ilizwi likaSamuweli lafika kuIsrayeli wonke. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa e-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Izwi likaSamuweli lafika kuye wonke u-Israyeli. U-Israyeli waphuma ukulwa namaFilisti, wamisa ngase-Ebeni Ezeri; amaFilisti amisa e-Afeki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Izwi likaSamuweli lafika kuwo wonke u-Israyeli. U-Israyeli waphuma wayolwa namaFilisti, wakanisa ngase-Ebheni Ezeri; amaFilisti akanisa e-Afeki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 4:1
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwasekusithi ekuthwaseni komnyaka, uBenihadadi wabala amaAramu, wenyukela eAfeki ukuyalwa loIsrayeli.


Kepha abanye babalekela e-Afeki emzini; kwawela ugange phezu kwamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nesikhombisa. UBhenihadadi wabaleka, wangena emzini ekamelweni elingaphakathi.


noGebali, no-Amoni, no-Amaleki; amaFilisti kanye nabakhileyo eTire;


Nimi nonke namuhla phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu; izinhloko zezizwe zenu, namalunga enu, nezinceku zenu, nawo onke amadoda akwa-Israyeli,


inkosi yase-Afeki, eyodwa; inkosi kaLazaro, inye;


Kusukela eningizimu, lonke izwe lamaKhanani, neMehara eliseceleni kwamaSidoni, kuze kufike e-Afeki, kuze kube semkhawulweni wama-Amori;


noJanumu, neBethaphuwagi, ne-Afeka,


NeUma, ne-Afeki, neRehobe: imizi engamashumi amabili nambili nemizana yayo.


Nina nimlahlile namuhla uNkulunkulu wenu, owanisindisa kuzo zonke izinhlupheko zenu nezinsizi zenu; laselisithi kuye: Hatshi, kodwa sibekele inkosi phezu kwethu. Manje zimiseni phambi kukaJehova ngokwezizwe zenu nangezinkulungwane zenu.


AmaFilisti abutha zonke izimpi zawo e-Afeki; abantwana bakwa-Israyeli bamisa ngasemthonjeni oseJizreyeli.


UJehova wathi kuSamuweli: “Bheka, ngizakwenza into kwa-Israyeli eziyakunkeneneza ngayo izindlebe zombili zabo bonke abayizwayo.


AmaFilisti azihlelela ukulwa no-Israyeli; babulala endle amadoda angaba yizinkulungwane ezine.


AmaFilisti athatha umphongolo kaNkulunkulu, awususa e-Ebenezeri, awusa e-Ashidodi.


USamuweli wathatha itshe, walibeka phakathi kweMispa neSeni, walibiza ngokuthi i-Ebeni Ezeri, wathi: “Kuze kube manje uJehova usisizile.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka