Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 12:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UJehova wathuma oJerubali noBedani noJefta noSamuweli wanikhulula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala ngokulondeka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UJehova wayesethuma oJerubali, noBedani, noJefta, noSamuweli, wanophula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala nalondeka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 USimakade wayesethumela uJerubhali, uBhedani, uJeftha, noSamuweli, wanihlenga esandleni sezitha zenu ezazinizungeze nhlangothi zonke, nahlala ngokuvikeleka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 12:11
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova wanika u-Israyeli umsindisi, baphuma phansi kwesandla sama-Aramu; abantwana bakwa-Israyeli bahlala ematendeni abo njengakuqala.


Amadodana ka-Ulamu: Phenduka. Laba babengamadodana kaGileyadi indodana kaMagiri indodana kaManase.


Wathumela wabiza uBharaki indodana ka-Abinohama eKedeshinafetali, wathi kuye: “Akashongo yini uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ukuthi: ‘Hamba uye entabeni yaseThabori, uthathe amadoda ayizinkulungwane eziyishumi kubantwana bakwaNafetali, uhambe nawe, abanye babantwana bakwaZebuloni na?


UJehova wambheka, wathi: “Hamba ngalawa mandla akho, futhi uzokhulula u-Israyeli esandleni sakwaMidiyani.” Angikuthumanga yini?


UJowashi wasesithi kubo bonke ababemelene laye: Lizammela yini uBhali? uzomsindisa na? noma ubani ofuna ukumncengela, makabulawe kusekusasa; uma engunkulunkulu, makazikhulumele, ngokuba kukhona odilizile i-altare lakhe.


Ngalokho wambiza ngokuthi uJerubali ngalolo suku, wathi: “UBali makamelane naye, ngokuba badilizile i-altare lakhe.”


UJerubali, onguGideyoni, namadoda onke ayenaye, bavuka ekuseni, bamisa ngasemthonjeni waseHarodi; impi yamaMidiyani yayisenyakatho yabo ngasegqumeni laseMore esigodini.


UJerubali, indodana kaJowashi, wahamba wahlala endlini yakhe.


Futhi ababonisanga umusa endlini kaJerubali, uGideyoni, njengakho konke okuhle abenzela u-Israyeli.


Wonke u-Israyeli kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba wazi ukuthi uSamuweli uqinisiwe ukuba abe umprofethi kaJehova.


Athotywa amaFilisti, akaba esangena emkhawulweni wakwa-Israyeli; isandla sikaJehova saba phezu kwamaFilisti zonke izinsuku zikaSamuweli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka