Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 36:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ifa labantwana bakwa-Israyeli aliyikuhamba izizwe ngezizwe, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bayakunamathela, kube yilowo nalowo efeni lesizwe sawoyise.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

ukuze kungabikho ifa labantu bakwa-Israyeli eliyakudluliselwa kwezinye izizwana, yilowo nalowo wabantu bakwa-Israyeli uyakunamathela efeni lesizwana sokhokho bakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngakho ifa labantwana bakwa-Israyeli ngeke lisuke kwesinye isizwe liye kwesinye, ngoba abantwana bakwa-Israyeli kumelwe balondoloze yilowo nalowo efeni lesizwe soyise.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 36:7
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesethi uNaboti ku-Ahabi: “Makube kude nami ngenxa kaJehova ukuba ngikunike ifa lawobaba.”


Yileyo naleyo ndodakazi enefa esizweni esithile sabantwana bakwa-Israyeli iyakuba ngumfazi womndeni wesizwe sikayise, ukuze yilowo nalowo wabantwana bakwa-Israyeli abe nefa lawoyise.


Ifa aliyikuhamba izizwe ngezizwe, ngokuba izizwe zabantwana bakwa-Israyeli ziyakunamathela, kube yileso naleso efeni laso.


UJoshuwa wayesebamukisa abantu, yilowo nalowo waya efeni lakhe.


Ngalokho mayizwe inkosi yami, inkosi, amazwi enceku yayo. Uma nguJehova okuncokoloza ngami, makamukele umnikelo, kepha uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaJehova, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingazihlanganisi nefa likaJehova, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’