UNumeri 36:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Yileyo naleyo ndodakazi enefa esizweni esithile sabantwana bakwa-Israyeli iyakuba ngumfazi womndeni wesizwe sikayise, ukuze yilowo nalowo wabantwana bakwa-Israyeli abe nefa lawoyise. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 Yileyo naleyo ndodakazi enefa esizwaneni esithile sabakwa-Israyeli, iyakugana omunye womndeni wesizwana sikayise, ukuze bonke abakwa-Israyeli babe nefa esabelweni sokhokho babo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Yonke indodakazi enefa kunoma yisiphi isizwe sabantwana bakwa-Israyeli kumelwe ibe ngumfazi wozalo lwesizwe sikayise, ukuze abantwana bakwa-Israyeli badle yilowo nalowo efeni loyise. Uka jalj uñjjattʼäta |